Naima Kay

Thando

Naima Kay


Kuhlwile kumnyama
Nhliziyoyami iyal ukxola
Amehlo wami ayalukhiph unyembezi
Ngiphoxwe ngothando
Bonke labantu bathembele kuwe
Ubathembisile konje kuzolunga
Zungangiyeki nami ngbambe ngesandla
Ngifuna loluthando
Wethandoo ngabe ukhona na?
Wethandoo unghlukumezile ungshinsthil' ingqondo
Thando thando thando
Ngabe ngobuye ngikthembe na?
Thando thando thando
Ngabe ngobuye ngikthembe na?
Angsazwaz nokthemba, themba unglimazile
Bengfun uthando mina
Lungshaye phansi lunghlulile
Zungangiyeki nami ngbambe ngesandla
Ngifuna loluthando
Zungangiyeki nami ngbambe ngesandla
Ngifuna loluthando
Wethandoo ngabe ukhona na?
(Thando, thando, thando)
Thandoo unghlukumezile ungshinsthil' ingqondo
Thando thando thando
Ngabe ngobuye ngikthembe na?
Wethandoo ngabe ukhona na?
Wethandoo unghlukumezile uyshinsthil ingqondo
Thando thando thando
Ngabe ngobuye ngikthembe na?
Thando thando thando
Ngabe ngobuye ngikthembe na?

Letra enviada por null

Encontrou algum erro na letra? Por favor, envie uma correção >

Compartilhe
esta música

Ouça estações relacionadas a Naima Kay no Vagalume.FM
ESTAÇÕES